OKOKUZITHOKOZISA KWE-AIRBNB

Host a Nature & Outdoor experience

Take people out of the city and into the wild with hikes, water and mountain sports.

Lokho esikufunayo kubabungazi

Ochwepheshe bazo zonke izinhlobo

Abacaci bezintaba, abaqwali abanogqozi, abatshuza emagagasini olwandle, nabatshuzi bamanzi bathatha abathandi bemvelo ukusuka ekujuleni kolwandle kuye ezicongweni zokuphakama.

Ukufinyelela kokwenziwayo nezindawo eziyingqayizivele

Zembula amagugu emvelo abengeke neze atholakale ngaphandle kochwepheshe wendawo.

Ukuxhumana phakathi kwezivakashi

Ukuqwala okunempumuzo nezemidlalo ezishukumisa igazi zenza izingxoxo zibe lula ngaphandle kwezindawo ezinokuvaleka.

Bonisa lokho okwaziyo

Ukuqwala izintaba kwawo wonke umuntu

Ukuhambahamba kokubuka izindawo okuhlaba umxhwele kuya emagqumeni amazombezombe, thubelezela emahlathini futhi ubonise ngokubukeka kwendawo yangakini.

Ukungena emanzini

Go sailing in the sun or kayaking under the stars. Give new friends a fresh take on water sports.

Ukuphakama okungakatholakali

Kubantu abathanda inselele, fundisa ukushushuluza eqhweni kwenkathi yonyaka, ukucaca nokuhamba ngebhayisikili entabeni uthubeleza emizileni enobunzima.

Yabelana ngomhlaba wakho

Iya ngale kohambo oluvamile ukhangise ngedolobha lakini, okusungulwayo, izinjongo, noma isiko ngokubungaza okokuzithokozisa.

Sungula okwenziwayo ngendlela yakho

Jiyisa ubuciko bakho, noma wenze umsebenzi wempilo yakho waziwe ngokuthi uwuxoxele abantu bendawo kanye nezihambi.

Sungula okwenziwayo ngendlela yakho

Jiyisa ubuciko bakho, noma wenze umsebenzi wempilo yakho waziwe ngokuthi uwuxoxele abantu bendawo kanye nezihambi.

Indlela enengqondo yokwenza imali

Guqula onothando lwako kube yinzuzo yemali ngokusungula okwenziwayo okukhuthazayo, okwehlukile nokukhangayo kuwo wonke umuntu.

Indlela enengqondo yokwenza imali

Guqula onothando lwako kube yinzuzo yemali ngokusungula okwenziwayo okukhuthazayo, okwehlukile nokukhangayo kuwo wonke umuntu.

Gqugquzela abameleli abasha

Faka abantu emkhankasweni wakho ngokubakhombisa ukuthi kungani ukhethekile kuwe.

Gqugquzela abameleli abasha

Faka abantu emkhankasweni wakho ngokubakhombisa ukuthi kungani ukhethekile kuwe.

Sikugadile

Izinsiza ezifana nezihloko kanye nokuqonda okunikezelwe ezidingweni zakho zokubungaza, ukusiza amakhasimende kuwe nezivakashi zakho 24/7, ukwenziwa kokokuzithokozisa kwakho kwaziwe nokuningi.

Amathuluzi afanele wena

I-dashbhodi yokukunikeza ukuqonda, ukubonakala ezivakashini ezivela kuwo wonke umhlaba, izinkokhelo ezingenazihibe nokuningi.

Yiba nokuthula kwengqondo

Ngokokuzithokozisa okuningi, uzovikelwa ngokungaze kufike ezigidini ezingu-$1. Futhi, ukwesekwa kwamakhasimende 24/7 ukuze ukwazi ukugxila ekuphishekeleni lokho okuthandayo.

Isiqondiso sokukusiza ukhule

Amaphephandaba angesonto, izihloko, izigameko zomphakathi nezinsiza zihloselwe ukukusiza uphumelele kuzo zonke izinyathelo zohambo lwakho lokubungaza.

Give locals and travelers a way to disconnect from the digital and reconnect with themselves through a one-of-a-kind activity, designed by you.