Ukufaka izici ezisebenzisekayo ezindlini
Kuba kuhle uma ukwazi ukwamukela abantu abengeziwe endaweni yakho ngokufaka izidingo zabanokukhubazeka—izivakashi eziningi zisesha izindlu ezinezimfuneko ezithile.
Indlela okusebenza ngayo
Okokuqala, qiniseka ukuthi indlu yakho iyashicilelwa. Ungabe usuhlela indlu yakho ngokwamagumbi futhi ugqamise isici ngasinye sabanokukhubazeka okungenani ngesithombe esisodwa esicacile.
Hlela indlu yakho ukuze ihlanganise izici ezisebenzisekayo
- Iya kokuthi Imenyu, khetha Izindlu, bese uchofoza indlu ofuna ukuyihlela (Sicela uphawule: indlu yakho kudingeka ibe isishicilelwe ukuze ufake lezi zici).
- Iya ezicini zeZidingo Zabanokukhubazeka
- Esicini ngasinye onaso, chofoza okuthi, Nginaso lesi sici. Uzocelwa nokuba ufake isithombe.
- Uma usuzifakile izithombe, chofoza okuthi Gcina.
- Thepha Iphrofayili
bese uthepha okuthi Shintshela ekubungazeni
.
- Thepha Izindlu
bese uthepha indlu ofuna ukuyihlela (Sicela uphawule: indlu yakho kudingeka ibe isishicilelwe kakade ukuze ufake lezi zici).
- Iya ezicini zeZidingo Zabanokukhubazeka
- Esicini ngasinye onaso, thepha okuthi, Nginaso lesi sici. Uzocelwa nokuba ufake isithombe.
- Uma usuzifakile izithombe, thepha okuthi Gcina.
- Thepha Iphrofayili
bese uthepha okuthi Shintshela ekubungazeni
.
- Thepha Izindlu
bese uthepha indlu ofuna ukuyihlela (Sicela uphawule: indlu yakho kudingeka ibe isishicilelwe kakade ukuze ufake lezi zici).
- Iya ezicini zeZidingo Zabanokukhubazeka
- Esicini ngasinye onaso, thepha okuthi, Nginaso lesi sici. Uzocelwa nokuba ufake isithombe.
- Uma usuzifakile izithombe, thepha okuthi Gcina.
- Iya ezicini zeZidingo Zabanokukhubazeka
- Esicini ngasinye onaso, thepha okuthi, Nginaso lesi sici. Uzocelwa nokuba ufake isithombe.
- Uma usuzifakile izithombe, thepha okuthi Gcina.
Kuzodingeka ukuba ufake okungenani isithombe esisodwa sesici ngasinye. Zonke izici nezithombe kumelwe zihlangabezane neziqondiso zethu ngezansi. Lapho izici zakho ziqinisekiswa ngeziqondiso zezithombe zethu, zizoboniswa engxenyeni yezici zeZidingo Zabakhubazekile zendlu yakho.
Hlela igumbi lakho ukuze lihlanganise izidingo zabanokukhubazeka
- Iya kokuthi Imenyu, khetha Izindlu, bese uchofoza ikhadi lendlu ofuna ukuyishintsha
- Ngaphansi kokuthi Indawo yakho yethuluzi lokulungisa indlu, iya kokuthi Izithombe Zamagumbi
- Khetha igumbi, chofoza okuthi Izici zezidingo zabanokukhubazeka, bese ufaka izici zakho zezidingo zabanokukhubazeka.
- Iya kokuthi Imenyu, khetha Izindlu, bese uthepha ikhadi lendlu ofuna ukuyishintsha
- Ngaphansi kokuthi Indawo yakho yethuluzi lokulungisa indlu, iya kokuthi Izithombe Zamagumbi
- Khetha igumbi, thepha okuthi Izici zezidingo zabanokukhubazeka, bese ufaka izici zakho zezidingo zabanokukhubazeka.
- Iya kokuthi Imenyu, khetha Izindlu, bese uthepha ikhadi lendlu ofuna ukuyishintsha
- Ngaphansi kokuthi Indawo yakho yethuluzi lokulungisa indlu, iya kokuthi Izithombe Zamagumbi
- Khetha igumbi, thepha okuthi Izici zezidingo zabanokukhubazeka, bese ufaka izici zakho zezidingo zabanokukhubazeka.
- Iya kokuthi Imenyu, khetha Izindlu, bese uchofoza ikhadi lendlu ofuna ukuyishintsha
- Ngaphansi kokuthi Indawo yakho yethuluzi lokulungisa indlu, iya kokuthi Izithombe Zamagumbi
- Khetha igumbi, chofoza okuthi Izici zezidingo zabanokukhubazeka, bese ufaka izici zakho zezidingo zabanokukhubazeka.
Kuzodingeka ukuba ufake okungenani isithombe esisodwa sesici ngasinye. Zonke izici nezithombe kumelwe zihlangabezane neziqondiso zethu ngezansi. Lapho izici zakho ziqinisekiswa ngeziqondiso zezithombe zethu, zizoboniswa engxenyeni yezici zeZidingo Zabanokukhubazeka zendlu yakho.
Uma uxhunywe ku-Airbnb ngemenenja yeshaneli noma ngesofthiwe yokumenenja indlu evunyelaniswe ngokuphelele, kuzodingeka ulungise izinto ezidingekayo zabanokukhubazeka ngesofthiwe yakho ye-API. Thintana nomhlinzeki wesofthiwe yakho ye-API ukuze umbuze ngezikhathi zezenzakalo zabo zokukhipha isici seZidingo Zabanokukhubazeka se-API ukuze ufake izinto zakho ezidingekayo.
Funda kabanzi ngokuzizwa usekhaya nangokungabandlululi e-Airbnb kunqubomgomo yezidingo zabanokukhubazeka.
Izincazelo zezici zezidingo zabakhubazekile neziqondiso zezithombe
Ukuze ubone ukuthi iziphi izici zezidingo zabakhubazekile onazo, bheka izincazelo ezingezansi futhi uqinisekise ukuthi igumbi noma indawo yakho iyahlangabezana nalezi zimfuneko ngaphambi kokukhetha leso sici. Qiniseka ukuthi uhlola iziqondiso ze-Airbnb zokuthwebula izithombe zezici zezidingo zabakhubazekile.
Okwendlu yakho
Indawo yokupaka yabakhubazekile | Incazelo yesici: Kunendawo yokupaka ephrayivethi evuleke ngamamitha okungenani angu-3.35 ububanzi. Noma, kunendawo yokupaka kawonk'uwonke eyenzelwe umuntu onokukhubazeka enophawu olucacile noma emakiwe. Imibandela yesithombe:
|
Indlela ekhanyayo eya emnyango wesivakashi | Incazelo yesici: Indlela eseceleni noma umzila oholela emnyango wesivakashi ukhanya ngokwanele ebusuku. Imibandela yesithombe:
|
Indlela engenazitebhisi eya endaweni yokungena yesivakashi | Incazelo yesici: Izindlela zokuhamba ngaphandle nezangaphakathi eziya endaweni yokungena izivakashi—njengendlela yaseceleni, amaphasishi, noma amakheshi—azinazo izitebhisi, noma imithambeko yomgwaqo. Imibandela yesithombe:
|
Umnyango wesivakashi ongenazitebhisi | Incazelo yesici: Umnyango wesivakashi awunazo izitebhisi nezithiyo, futhi umbundu womnyango ungaphansi kwamasentimitha angu-5 ukuphakama. Ehhotela noma esakhiweni sefulethi, umnyango wesivakashi yilapho izivakashi zingena khona egunjini lazo. Kuzo zonke ezinye izinhlobo zendlu, umnyango wezivakashi ungumnyango wendlu. Imibandela yesithombe:
|
Imishini yokuqukula umuntu ekuyisilingi noma ethwalwayo | Incazelo yesici: Kukhona idivayisi eyenzelwe ngokukhethekile ukuqukula umuntu imbeke noma imsuse esihlalweni sabakhubazekile. Ibethelelwe ophahleni noma izimele yodwa. Imibandela yesithombe:
|
Indawo yokubhukuda noma umshini wokuqukula umuntu wakubhavu wamanzi ashisayo | Incazelo yesici: Kukhona idivayisi eklanywe ngokukhethekile engaphakamisa umuntu imfake futhi imkhiphe endaweni yokubhukuda noma kubhavu wamanzi ashisayo. Izimfuneko zezithombe:
|
Emakamelweni asendlini yakho
Umnyango wezivakashi uvuleke ngamasentimitha angaphezu kuka-81 | Incazelo yesici: Indawo yokungena yezivakashi ingamasentimitha okungenani angu-81 ububanzi. Imibandela yesithombe:
|
Iminyango engenazitebhisi emagunjini (isici siyatholakala kuzo zonke izinhlobo zamagumbi) | Incazelo yesici: Igumbi lisesitezi esiphansi noma kuyangeneka kulo ngekheshi noma irempu, futhi azikho izitebhisi, noma imibundu ephakeme ngaphezu kwamasentimitha angu-5 phakathi komnyango wesivakashi negumbi. Imibandela yesithombe:
|
Umnyango wegumbi uvuleke ngamasentimitha angaphezu kuka-81 (isici siyatholakala kuzo zonke izinhlobo zamagumbi) | Incazelo yesici: Indawo yokungena noma umnyango wegumbi okungenani ungamasentimitha angu-81 ububanzi. Imibandela yesithombe:
|
Ishawa engenazitebhisi | Incazelo yesici: Akunazitebhisi noma izinto ezikhubayo lapho ungena eshaweni. Imibundu noma izinto zokuvimbela amanzi kufanele zibe ngaphansi kweyintshi elilodwa. Imibandela yesithombe:
|
Isihlalo seshawa noma sikabhavu | Incazelo yesici: Kunesihlalo noma ibhentshi, kushawa noma kubhavu esakhelwe odongeni noma esizimele. Isihlalo kumelwe senzelwe ngokukhethekile izivakashi ezingakwazi ukuzihambela. Imibandela yesithombe:
|
Insimbi yokubambelela eboshelwe kushawa | Incazelo yesici: Ishawa inensimbi yokubambelela okungenani eyodwa ebethelelwe noma eboshwe yaqiniswa odongeni futhi engasithwala ngokuphelele isisindo. Akufanele kube insimbi yokweneka amathawula, futhi akufanele inanyathiselwe noma kube eyesikhashana. Imibandela yesithombe:
|
Izinsimbi zokubambelela eziboshelwe zethoyilethi | Incazelo yesici: Indawo ezungeze ithoyilethi okungenani inensimbi eyodwa yokubambelela ebethelelwe noma efakwe odongeni yaqina futhi engasithwala ngokuphelele isisindo. Akufanele kube insimbi yokweneka amathawula, futhi akufanele inanyathiselwe noma kube eyesikhashana. Imibandela yesithombe:
|
Izihloko ezihlobene
- Bungaza
Hlela isihloko sendlu yakho
Ungashintsha isihloko sendlu yakho noma nini lapho ufuna, ngakho-ke zizwe ukhululekile ukuyinika igama eliqhakambisa lokho okwenza indawo ya… - Bungaza
Zinqunywa kanjani izindawo
Indlu yabelwa ngokuzenzakalelayo endaweni ngokusekelwe ekhelini layo futhi le ndawo ayikwazi ukushintshwa. - Bungaza
Ukuqonda amasethingi endlu yakho entsha ngaphambi kokushicilela
Silungise izinyathelo zokusungula indlu ku-Airbnb--manje sekulula futhi kuyashesha ukuba uMbungazi. Ngenxa yalokhu, okunye ukukhetha okwenzi…