Ukusikisela kuzoboniswa ngemva kokuthayipha endaweni yokusesha. Sebenzisa imicibisholo ebheke phezulu naphansi ukuze ubuyekeze. Sebenzisa u-enter ukuze ukhethe. Uma okukhethile kungumusho, lowo musho uzothunyelwa ekusesheni. Uma ukusikisela kuyilinki, ibhrawuza izokuya kulelo khasi.
Indlela yokukwenza

Vula i-akhawunti

Ukwenza i-akhawunti ye-Airbnb kumahhala futhi kulula. Ukuze ubhalise, vakashela okuthi Airbnb.com, noma udawunilode i-app ye-Airbnb ku-App Store noma ku-Google Play.

Izindlela ezingaphezu kweyodwa zokubhalisela i-akhawunti

Ungabhalisela i-akhawunti entsha kudeskithophu noma kubhrawuza kamakhalekhukhwini, noma ku-app ye-Airbnb usebenzisa noma iyiphi yalezi zimfuneko ezilandelayo:

Okudingekayo ngaphambi kokuba ubhukhe uhambo

Ngemva kokuvula i-akhawunti, sizodinga imininingwane eyengeziwe ngaphambi kokuba ukwazi ukubhukha indawo yokuhlala noma Okokuzithokozisa, ngakho qiniseka ukuthi uyakuqedela ukusetha i-akhawunti yakho.

Okudingekayo ngaphambi kokuba ubungaze

Uzodinga ukuqinisekisa ukuthi ungubani ngaphambi kokuba uqale ukubungaza. Wonke amalungu omphakathi kudingeka ayenze le nqubo.

Uma usuvele unayo enye i-akhawunti

Uma unama-akhawunti we-Airbnb angaphezu kweyodwa, ngeshwa ngeke ukwazi ukuhlanganisa ama-akhawunti. Noma kunjalo, ungadilitha noma uvale i-akhawunti ongayisebenzisi kakhulu. Funda kabanzi ngalokho okufanele ukwenze uma unama-akhawunti angaphezu kweyodwa.

Ingabe le athikili ikusizile?

Izihloko ezihlobene

  • Ukuqalisa ku-Airbnb

    Kungakhathaliseki ukuthi ufuna ukubhukha indawo ebukade uphupha ngayo noma ukubungaza Okokuzithokozisa kwe-Airbnb egcekeni lakho elingemuva,…
  • Isivakashi

    Ukuxhuma i-Facebook ne-Google ku-Airbnb

    Iya kuphrofayili yakho ukuze uxhume ama-akhawunti akho e-Facebook ne-Google ku-akhawunti yakho ye-Airbnb.
  • Isivakashi

    Izimfuneko zokubhukha

    Ngemva kwalokho okusemqoka (igama, i-imeyili, nenombolo yocingo) sidinga eminye imininingwane embalwa ukuze ukwazi ukubhukha ukuhlala kwakho…
Thola usizo ngokubhukha kwakho, i-akhawunti, nokunye.
Ngena ku-akhawunti noma uvule i-akhawunti