Ukusikisela kuzoboniswa ngemva kokuthayipha endaweni yokusesha. Sebenzisa imicibisholo ebheke phezulu naphansi ukuze ubuyekeze. Sebenzisa u-enter ukuze ukhethe. Uma okukhethile kungumusho, lowo musho uzothunyelwa ekusesheni. Uma ukusikisela kuyilinki, ibhrawuza izokuya kulelo khasi.

Amacebiso wokusesha

Indlela yokusesha

  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Ukusesha izindawo zokuhlala

    Sebenzisa izihlungi, amabalazwe okuphuma, futhi ufunde izincazelo zezindawo ukuze uthole lokho okufunayo okufuze kakhudlwana uhambo lwakho.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Ukusebenzisa izihlungi zokusesha

    Kusukela kumasevisi kuya kubhajethi, izihlungi sokusesha ze-Airbnb ziwusizo ekutholeni indawo ekahle yokuhlala.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Sesha izinqubomgomo zokukhansela ezivumelana nezimo kakhudlwana

    Thola izindawo ezinezinqubomgomo zokukhansela ezivumelana nezimo kakhudlwana ngokusebenzisa isihlungi sethu sokusesha. Ungasesha izindawo ezibuyisela imali ephelele uma kudingeka ukhansele, ngisho noma sekusondele usuku lwakho lohambo.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Sesha izindawo ezinezici zezidingo zabakhubazekile

    Sebenzisa izihlungi ukuze ukhethe izici ozidingayo. Njengenhlalayenza, ungathintana noMbungazi ngokuqondile ukuze ubuze imibuzo.

Ukuqonda izindlu

  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Hlola ukuthi indawo iyatholakala yini ngezinsuku zakho

    Faka indawo oya kuyo, izinsuku zakho zokuvakasha, nenani lezivakashi uma usesha ku-Airbnb futhi zonke izindawo ezivelayo kufanele zitholakalele uhambo lwakho.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Izinhlobo zezindawo zokuhlala

    Ababungazi ku-Airbnb banikeza izinhlobonhlobo zezindawo zokuhlala. Ungabhukha indawo ephelele, amakamelo, amagumbi asehhotela, namagumbi ahlanganyelwayo.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Ukusesha izindawo ezihlalisa izilwane ezifuywayo

    Hlola ingxenye yemithetho yendlu yencazelo yendlu ukuze uthole ukuthi ungeza yini nesilwane sakho osifuyile, noma ukuthi uMbungazi unazo yini izilwane azifuyile kuleyo ndlu.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Ukuzingenela

    Izivakashi zingangena endlini zisebenzisa ibhokisi lesikhiye, i-smartlock, ikhiphedi, noma ngokuthola ukhiye, noma nini ngemva kwesikhathi sokungena esibekiwe.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Ukubhukha Okusheshayo

    Izindlu ezifakiwe zokuBhukha Okusheshayo zivumela izivakashi ezihlangabezana nezimfuneko zoMbungazi ukuba zibhukhe masinyane, kunokuba kudingeke zithumele isicelo sokubhukha okufanele sigunyazwe.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Amathegi okuphawula

    Ukuphawula kungathegwa ukuze kuseshwe kalula. Hlola izinhlobo zamathegi okuphawula, futhi uthole imininingwane ewusizo ezivakashini zangaphambilini.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Hlola ijubane le-wifi yendawo

    Abanye aBabungazi baye bahlola ijubane le-wifi ezindaweni zabo futhi bafaka umphumela wethesti yejubane ukuze bakusize unqume ukuthi liyahlangabezana yini nezidingo zakho.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Lokho ongakuthola ekuhlaleni kwenyanga

    Izici zezindlu ezivelele lapho usesha ukuhlala kwenyanga.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Izaphulelo ezinokubhukha okungabuyiseli imali

    Uqinisekile ngezinhlelo zakho zokuhamba futhi ufuna ukulondoloza imali? Ukukhetha indlela engabuyiseli imali kungakutholela inani elinesaphulelo ohambweni lwakho.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Ilayisensi “esalindile” noma “ekhululiwe” noma izinombolo zokubhalisa ezinhlwini

    Kwamanye amadolobha kudingeka Ababungazi bathole ilayisensi noma inombolo yokubhalisa. Lesi sikhala sivumela Ababungazi ukuba babonise leyo nombolo.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Ezezilomo: Ukucela ukubhukha

    EZezilomo zingokokuzithokozisa okuyingqayizivele okubungazwa yizilomo ezivelele emhlabeni kwezomculo, amafilimu, i-TV, ubuciko, ezemidlalo, nokunye.

Ukulondolozwa kokuthandayo