Ucingo lwe-Airbnb.

Hamba noma yikuphi nge-Airbnb.

Itinerary_en-ea748a205f246980f5393fc9dfe3dc39
P3_en-2ca66791f3334d713b96a32f43cbe3a6
Discover_en-b87adfba44e76c1fe5758c2d829d7eb1

Bona umhlaba.

Thola izindawo zakho ozithandayo ezintsha, kusuka e-Sao Paulo kuya e-Seoul.

Phakela amehlo

Thola, londoloza, futhi wabelane ngendawo enhle kakhulu, konke kusuka efonini yakho.

Bhukha

Bhukha indlu usebenzisa inkundla yokukhokha evikelekile efanayo njenge-Airbnb.com.

Hamba

Hlola imininingwane yohambo lwakho, xhumana nombungazi wakho, futhi uthole indlu yakho usohambweni.

Ukubungaza kwenziwe kwaba lula.

Lawula indlu yakho bese uxhumana nezivakashi, noma ngabe ukuphi.

Yazanani

Yazi izivakashi zakho ngaphambi kokuthi uvume, konke kusuka efonini yakho.

Lawula indlu yakho

Buyekeza ukubhukha okuzayo, buyekeza ikhalenda lakho, futhi uthumele imilayezo kusuka Ekhaya Lombungazi.

Yiba ngumbungazi omuhle kakhulu

Amaqembu ethu ombungazi kanye Nesikhungo esisha Sokwamukela Izihambi bakunikeza iseluleko esiwusizo esitholakala kalula kuwe.

Profile_en-5c4ebeed8625a1b342e19be5cd94605b

Itholakala ku-iOS ne-Android.