Yeqela kokuqukethwe

Awudingi ukuya kude ukuze uthole ukuthi yini ebalulekile.

Okokuzithokozisa ku-Inthanethi nabapheki abahamba phambili

Pheka nosaziwayo bezobuciko bokupheka futhi ufunde izindaba ezimayelana nezidlo zabo abazithandayo. Joyina okwenziwayo okwehlukile nokubandakanyayo okuholwa ngababungazi abangefaniswe—konke ngaphandle kokushiya ikhaya.

Bungaza iqhawe: siza sitholele abantu bosizo abachayeke kakhulu izindawo zokuhlala emhlabeni jikelele

Ngokwezindawo zokuhlala zabachayeke kakhulu, i-Airbnb isebenzisana nababungazi bethu ukutholela abezokunakekelwa kwempilo, izisebenzi zosizo, nabezimo eziphuthumayo abangu-100,000 izindawo zokuhlala ezibavumela ukuthi babe seduzane neziguli zabo - futhi behlukaniswe ngokuphephile nemindeni yabo.