Eminye imininingwane ihunyushwe ngokuzenzakalelayo. Bonisa ulimi lokuqala

Inethiwekhi Yababungazi Abangabasizi e-Pittsburgh

INethiwekhi Yababungazi Abangabasizi yenza kube lula ukuqasha umbungazi ongumsizi osemnkantsh'ubomvu, wasendaweni ukuze anakekele ikhaya lakho nezivakashi.

Ababungazi abangabasizi bangasiza ngento eyodwa noma ngakho konke

Ukulungisa indlu

Ukuhlela amanani nokutholakala

Ukuhlolwa kwezicelo zokubhukha

Ukuthumela izivakashi imiyalezo

Usekelo lwezivakashi lwasendaweni

Ukuhlanza nokunakekela

Ukuthatha izithombe zendlu

Ukuhlela ngaphakathi kwendlu nokuhlobisa

Izimvume zokunikeza ilayisense nezokusingatha

Amasevisi engeziwe

Ababungazi abangabasizi bendawo bakwenza kangcono kakhulu

Ababungazi abangabasizi endaweni yakini bangasiza ekusebenziseni iziqondiso zendawo futhi benze indawo yakho ivelele.

Chad

Pittsburgh, Pennsylvania

Siyinkampani yokumenenja eyiphrofeshinali esezingeni eliphezulu, i-HostWise.co, enesilinganiso esingu-4.93 kuzo zonke izindlu >ezingu-100 nokuphawula okungaphezu kuka-12,000!

4.94
isilinganiso sesivakashi
11
iminyaka ebungaza

Michelle

Pittsburgh, Pennsylvania

Ngaqala ukubungaza eminyakeni engu-6 edlule ukuze ngifake iholo lami ngesikhathi engizothatha ngaso umhlalaphansi. Namhlanje ngifuna ukwabelana ngalokho engikufundile ukuze ngisize noma ubani oswele.

4.97
isilinganiso sesivakashi
7
iminyaka ebungaza

Jason

Monroeville, Pennsylvania

Ngithenge indlu e-Mount Washington eminyakeni embalwa edlule futhi ngaqala i-Airbnb yami yokuqala. Manje ngimenenja izindlu ezingu-3 kuyo yonke indawo yase-Pittsburgh.

4.86
isilinganiso sesivakashi
2
iminyaka ebungaza

Kulula ukuqalisa

  1. 01

    Faka indawo yendlu yakho

    Hlola ababungazi abangabasizi abatholakalayo e-Pittsburgh, kanye nephrofayili yabo nezilinganiso zezivakashi.
  2. 02

    Yazi abanye ababungazi abangabasizi

    Thumela umyalezo kubabungazi abangabasizi abaningi ngendlela othanda ngayo, futhi uma usukulungele, cela oyedwa ukuba abe umbungazi ongumsizi wakho.
  3. 03

    Sebenzelanani kalula

    Thumelela umbungazi ongumsizi wakho umyalezo ngokuqondile, umnikeze imvume yekhalenda lakho, nokunye.

Imibuzo evame ukubuzwa

Tholani ababungazi abangabasizi ezindaweni enikuzo