Ukuqasha Kwenyanga e-Municipality of Kiama

Thola izindawo eziqashisayo zesikhathi eside ezinjengekhaya ngokuhlala kwenyanga noma ngaphezulu.

Uma imiphumela itholakala, navigeyitha ngezinkinobho zokuya phezulu naphansi noma uhlole ngezimpawu zokuthinta noma ukuswayipha.

Ukuqasha okuseduze kwenyanga

Intandokazi yezivakashi
I-guesthouse e-Foxground
I-Tall Fig BnB
Jun 15 – Jul 13
U-$2,786 ngenyanga
Intandokazi yezivakashi
Indlwana e-Jamberoo
Indlu Eyakhiwe Ngamapulangwe, ehlathini lemvula e-Jamberoo
Aga 8 – Sep 5
U-$2,653 ngenyanga
Intandokazi yezivakashi
Indawo esepulazini e-Dunmore
I-Roy 's Run Farm Stay.
Mey 9 – Jun 6
U-$2,533 ngenyanga
Intandokazi yezivakashi
I-guesthouse e-Werri Beach
Beachfront B Bungalow
Jul 15 – Aga 12
U-$3,405 ngenyanga

Izinto ezidingekayo nezinzuzo zokuhlala kwesikhathi eside

Izindawo eziqashisayo ezinefenisha

Ukuqasha okunayo yonke ifenisha kubandakanya ikhishi kanye namasevisi owadingayo ukuze uhlale ntofontofo inyanga noma ngaphezulu. Okungcono kakhulu ongakukhetha kune-sublet.

Ukuvumelana nezimo okudingayo

Khetha izinsuku zakho eziqondile zokungena nokuphuma futhi ubhukhe kalula ku-inthanethi, ngaphandle kokuzibophezela okwengeziwe noma ukugcwalisa amaphepha.*

Amanani alula anyanga zonke

Amanani akhethekile ezindawo eziqashisayo zokuvakasha kwesikhathi eside kanye nenkokhelo yenyanga eyodwa ngaphandle kwezindleko ezinezelwe.*

Bhukha ngokuzethemba

Kubuyekezwe umphakathi wethu esiwethembayo wezivakashi nosizo luka-24/7 ngesikhathi sokuhlala kwakho okunwetshiwe.

Izindawo ezilungele ukusebenzela zabathandi bezobuchwepheshe

Iphrofeshinali yezokuvakasha? Thola ukuhlala kwesikhathi eside okune-wifi esheshayo nezindawo zokusebenzela.

Ufuna amafulethi asevisiwe?

I-Airbnb inamakhaya angamafulethi anefenisha ephelele alungele izisebenzi, amabhizinisi, nezidingo zokuthutha.
*Okunye okungafakwa kungasebenza ezindaweni ezithile nakwezinye izakhiwo.