Yeqela kokuqukethwe

Ukuqasha Kwenyanga ku-Airbnb

Zizwe usekhaya ezindaweni ezilungele 
ukuhlala inyanga noma ngaphezulu

Izindawo ezithandwayo zokuqasha inyanga

I-iyunithi yokuqasha ephelele
bel horizon for 4 persons.
$481 / ngenyanga
Ikamelo
Schönes Privatzimmer / Ferienwohnung / Untermiete
$361 / ngenyanga
Ikamelo
Schönes Zimmer in der Nähe von Zentrum.
$578 / ngenyanga
I-iyunithi yokuqasha ephelele
Studio proche centre-ville
$1,176 / ngenyanga

Ukuqasha Kwenyanga ku-Airbnb

Ukunethezeka kwasekhaya
Ukuqasha okunayo yonke ifenisha kubandakanya ikhishi kanye namasevisi owadingayo ukuze uhlale ntofontofo inyanga noma ngaphezulu. Okungcono kakhulu ongakukhetha kune-sublet.
Ukuvumelana nezimo okudingayo
Khetha izinsuku zakho eziqondile zokungena nokuphuma futhi ubhukhe kalula ku-inthanethi, ngaphandle kokuzibophezela okwengeziwe noma ukugcwalisa amaphepha.*
Amanani alula anyanga zonke
Amanani akhethekile okuhlala isikhathi eside kanye nenkokhelo eyodwa yenyanga ngaphandle kwezindleko ezengeziwe.*
Bhukha ngokuzethemba
Kubuyekezwe umphakathi wethu esiwethembayo wezivakashi nosizo luka-24/7 ngesikhathi sokuhlala kwakho okunwetshiwe.
Izindawo ezikahle zokusebenza
Ukusebenza kwenziwa lula - thola ukuhlala kwesikhathi eside okune-wifi enejubane elikhulu nezindawo zokusebenza.
Ufuna indawo yenkampani?
I-Airbnb inamakhaya angamafulethi okuhlala alungele umuntu ozongena anezidingo zezisebenzi, abafuduki, nabathuthayo.

Thola ukunethezeka kwekhaya namanani amahle ekuqasheni kwakho kwanyanga zonke

  • Indawo yawo wonke umuntu
  • Izisebenzi ezihambahambayo
  • Izindawo ezinokuthula
  • Izilwane ezifuywayo zamukelekile
*Okunye okungafakwa kungasebenza ezindaweni ezithile nakwezinye izakhiwo.