Hlangana namalungu
Laba Babungazi abangu-23 bamelela ingxenye eyinhloko yomphakathi wethu futhi bahola ngesibonelo. BangaBaholi Bomphakathi, amaNxusa Angababungazi Abavelele, amalungu eSigungu Sabanikazi Bezindlu, noma basebenza kwezinye izinhlelo zomphakathi ze-Airbnb. Bayakuthanda ukubungaza, bafeze lukhulu emphakathini we-Airbnb, futhi banezwi elibalulekile njengoba siqhubekela phambili ndawonye.