Indlela ukukhansela okusebenza ngayo
Indlela ukukhansela okusebenza ngayo
Ngezinye izikhathi kuphakama izinto bese kudingeka ukhansele. Ukuze ugcine izinto zihamba ngokushelela, nansi indlela yokukhansela ukubhukha, ukubala imali okufanele uyibuyiselwe, noma ukwazi lokho okufanele ukwenze uma kunokuthile okungahambi ngendlela ehleliwe. Sizokusiza!
- Indlela yokukwenza
Ukukhansela ukubhukha kwakho kokuhlala
Ungaya ohambweni lwakho ukuze ukhansele noma wenze ushintsho ekubhukheni kwakho. - Indlela yokukwenza
Ukukhansela phakathi nokuhlala kwakho
Inqubomgomo yethu Yokubhukha Kabusha Nokubuyisela Imali ingasiza ezimweni lapho indlu noma amasevisi engekona lokho obukulindele. - Indlela yokukwenza
Thola inqubomgomo yokukhansela yokubhukha kwakho Kokuzithokozisa
Inani lanoma iyiphi imali ebuyiselwayo lixhomeke kunqubomgomo yokukhansela yoMbungazi nesikhathi nosuku okhansele ngalo. - Indlela yokukwenza
Thola inani lemali yakho ebuyiselwayo
Inani elibuyiselwayo lixhomeke kunqubomgomo yokukhansela yokubhukha kwakho nasekutheni ukhansela nini. - Indlela yokukwenza
Lapho uzobuyiselwa imali yakho
Nakuba kukhishwa cishe masinyane, ukubuyiselwa imali okuningana kufika phakathi nezinsuku ezingu-10, kodwa kwezinye izindlela zokukhokha nez… - Indlela yokukwenza
Uma uMbungazi wakho ekhansela ukubhukha kwakho
Uma ukubhukha kwakho kukhanselwa uMbungazi wakho, sizokubuyisela ngokuzenzakalelayo imali ephelele. Uma ukukhansela kwenzeka phakathi nezins… - Indlela yokukwenza
Uma uMbungazi wakho ekhansela okokuzithokozisa kwakho
Uma uMbungazi kudingeka ekhansele okokuzithokozisa, uzotshelwa masinyane futhi ubuyiselwe imali ephelele.