Ukufaka Ababungazi abangabasizi endlini yakho
If you need a little extra support hosting your space, you can add a family member, friend, neighbor, or trusted person you’ve hired to help with the logistics. If you need to find someone to help manage your listing for you, you can also find a Co-Host by using our experienced Co-Host services platform (where available).
You can select permissions for each Co-Host to limit what they can access and manage on your listing. Learn more about how Co-Host permissions work.
Ukumema othile omaziyo ukuba uMbungazi Ongumsizi
Emazweni athile, uma uchofoza noma uthepha Ababungazi Abangabasizi ungase ukwazi ukukhetha ukuMema umngane noma uthole umuntu ozokusiza ubungaze. Uma ungathanda ukufaka umuntu omaziyo kakade, ungayikhetha bese ukhetha Mema umuntu omaziyo.
- Chofoza Izindlu bese ukhetha indlu ofuna ukuyilungisa
- Ngaphansi kokuthi Ithuluzi lokulungisa indlu, chofoza Indawo yakho
- Chofoza okuthi Ababungazi Abangabasizi bese uchofoza okuthi Mema uMbungazi Ongumsizi
- Faka izwe/isifundazwe akuso nenombolo yocingo noma ikheli le-imeyili bese uchofoza okuthi Okulandelayo
- Khetha izimvume ezilungele lo Mbungazi Ongumsizi bese uchofoza okuthi Okulandelayo
- Buyekeza bese uchofoza okuthi Thumela
- Thepha Iphrofayili bese uthepha okuthi Shintshela ekubungazeni
- Thepha Izindlu bese ukhetha indlu ofuna ukuyilungisa
- Ngaphansi kokuthi Ithuluzi lokulungisa indlu, thepha Indawo yakho
- Thepha Ababungazi Abangabasizi bese uthepha okuthi Mema uMbungazi Ongumsizi
- Faka izwe/isifundazwe akuso nenombolo yocingo noma ikheli le-imeyili bese uthepha Okulandelayo
- Khetha izimvume ezilungele lo Mbungazi Ongumsizi bese uthepha Okulandelayo
- Buyekeza bese uthepha okuthi Thumela

- Ngaphansi kokuthi Ithuluzi lokulungisa indlu, thepha okuthi Indawo yakho

Ukuthola uMbungazi Ongumsizi osemnkantsh'ubomvu endaweni okuyo
Kubabungazi e-US, eCanada, eMexico, eFrance, eSpain, e-Italy, eGermany, eBrazil, e-Australia, nase-United Kingdom, ungasesha futhi uthintane naBabungazi Abangabasizi asebemnkantsh'ubomvu endaweni yakini. Uma kubonakala kufaneleka, uMbungazi Ongumsizi osemnkantsh'ubomvu uzoxhumana nawe bese umfaka endlini yakho.
- Chofoza Izindlu bese ukhetha indlu ofuna ukuyilungisa
- Ngaphansi kokuthi Ithuluzi lokulungisa indlu, chofoza Indawo yakho
- Chofoza Ababungazi Abangabasizi bese uchofoza okuthi Mema umngane noma uthole umuntu ozokusiza ubungaze
- Chofoza okuthi Thola umuntu ozosiza
- Sesha Ababungazi Abangabasizi abatholakalayo bese ubuyekeza okukhethayo
- Khetha uMbungazi Ongumsizi bese uchofoza okuthi Thintana naye
- Chofoza okuthi Xhuma bese ubhala incazelo emfushane yezidingo zakho zokubungaza
- Chofoza okuthi Thumela
- Thepha Iphrofayili bese uthepha okuthi Shintshela ekubungazeni
- Thepha Izindlu bese ukhetha indlu ofuna ukuyishintsha
- Ngaphansi kokuthi Ithuluzi lokulungisa indlu, thepha Indawo yakho
- Thepha Ababungazi Abangabasizi bese uthepha okuthi Mema umngane noma uthole umuntu ozokusiza ubungaze
- Thepha okuthi Thola umuntu ozokusiza
- Sesha Ababungazi Abangabasizi abatholakalayo bese ubuyekeza okukhethayo
- Khetha uMbungazi Ongumsizi bese uthepha okuthi Thintana naye
- Thepha okuthi Xhuma bese ubhala incazelo emfushane yezidingo zakho zokubungaza
- Thepha okuthi Thumela
- Thepha Iphrofayili bese uthepha okuthi Shintshela ekubungazeni
- Thepha Izindlu bese ukhetha indlu ofuna ukuyishintsha
- Ngaphansi kokuthi Ithuluzi lokulungisa indlu, thepha Indawo yakho
- Thepha Ababungazi Abangabasizi bese uthepha okuthi Mema umngane noma uthole umuntu ozokusiza ubungaze
- Thepha okuthi Thola umuntu ozokusiza
- Sesha Ababungazi Abangabasizi abatholakalayo bese ubuyekeza okukhethayo
- Khetha uMbungazi Ongumsizi bese uthepha okuthi Thintana naye
- Thepha okuthi Xhuma bese ubhala incazelo emfushane yezidingo zakho zokubungaza
- Thepha okuthi Thumela
- Thepha Izindlu bese ukhetha indlu ofuna ukuyilungisa
- Ngaphansi kokuthi Ithuluzi lokulungisa indlu, thepha okuthi Indawo yakho
- Thepha Ababungazi Abangabasizi bese uthepha okuthi Mema umngane noma uthole umuntu ozokusiza ubungaze
- Thepha okuthi Thola umuntu ozosiza
- Sesha Ababungazi Abangabasizi abatholakalayo bese ubuyekeza okukhethayo
- Khetha uMbungazi Ongumsizi bese uthepha okuthi Thintana naye
- Thepha okuthi Xhuma bese ubhala incazelo emfushane yezidingo zakho zokubungaza
- Thepha okuthi Thumela
You can invite up to 10 Co-Hosts per listing. Your use of Co-Host Tools, including adding Co-Hosts to your listing, is subject to the Co-Host Additional Terms of Service.
Izihloko ezihlobene
- Bungaza
Ababungazi abangabasizi: Isethulo
Ababungazi abangabasizi basiza abanikazi bezindlu banakekele izindawo zabo zokuhlala nezivakashi. Ngokuvamile kuba ilungu lomndeni, umakhelw… - Bungaza
Lokho Ababungazi abangabasizi abangakwenza
Umbungazi ongumsizi angasiza uMbungazi ngendawo yakhe, ngezivakashi zakhe, noma kokubili. Ababungazi abangabasizi bayanquma ukuthi bafuna uk… - Bungaza
Indlela yokuvikela izingane ekuxhashazweni ngokocansi
NjengaBabungazi, ningathatha izinyathelo zokugcina izingane ziphephile ekuxhashazweni ngokocansi ezindlini zenu.